Liboshiwe iPhini leMeya elizimeteze phambi kowesimame ocele i-lift - KZN

2017-10-29 15:59

eThekwini - Likhalelwe ngamasongo kaSiginyela iPhini leMeya kuMasipala wabaQulusi ngezinsolo zokunukubeza ngokocansi owesifazane ebelimgibeze emotweni yalo.

Ngokuthola kwephephandaba iLanga langeSonto, leli Phini leMeya ogama lalo lingeke lidalulwe njengoba lingakaveli enkantolo liboshwe ngoLwesihlanu lingazelele ngalesi sigameko esenzeke phakathi neSonto.

Kuthiwa umsolwa wagibelisa lo wesimame, wahamba naye waya ehlathini, lapho afika khona waqala wamthintathinta, wabe esemcela ukuthi akamncele ubuntu bakhe.

Isisulu kuthiwa sanqaba, umsolwa wagcina eseshaya indlwabu phambi kwaso.

OLUNYE UDABA:Kubulawe iPhini leMeya kumasipala waseKZN

Kuthiwa lona wesifazane uyintombi yomngani kamsolwa okunguye omcelele ukuba amgibelise emotweni.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenent Colonel Thulani Zwane  ukuqinisekisile ukuboshwa kwalo wesilisa ngezinsolo zokuklinya igalikuni lakhe laze lahlanza phambi kowesifazane.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.