Lidedelwe ngebheyili iphoyisa ngecala lokweba inyama kaPick n Pay

2017-10-04 12:30

Johannesburg - Kuboshwe iphoyisa ngecala lokweba ngemuva kwezinsolo zokuzama ukuphuma esitolo ngaphandle kokukhokhela inyama yemali engu-R620.

Leli phoyisa lesifazane elisebenzela esiteshini samaphoyisa aseKliptown, eSoweto, liboshwe esitolo sakwaPick n Pay eTrade Route Mall ngempelasonto.

Leli phoyisa, 27, livelile eNkantolo yeMantshi yaseLenasia ngoMsombuluko ladedelwa ngebheyili ka-R500.

OLUNYE UDABA:Ugwetshiwe oweba inyama efuna ukwenzela abangani i-braai

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa, uCaptain Molefe Mokoena, leli phoyisa belithenga nomyeni walo ngoMgqibelo lithenga igilosa ka-R1 000.

"Kubonakala sengathi likhokhele ingxenye yegilosa kwathi enye langayikhokhela. Limiswe ngabesitolo ngaphambi kokuba liphume ngaphakathi," kusho uMokoena.

Leli phoyisa kulindeleke ukuba liphinde livele kuye le nkantolo maduze. 

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe, uCaptain Kay Makhubele, uthe akakwazi ukuphawula ngodaba njengoba engazi ngalo. Kodwa usigxekile isenzo, wathi amalungu amaphoyisa umsebenzi wawo ukugcina umthetho hhayi ukuwephula. 

 - SowetanLive

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.