Ligcwala umoya kumgadli weChiefs

2018-01-14 10:00

Durban - Kungase kube yisizini yokugcina kumgadli weKaizer Chiefs egijima kule kilabhu njengoba kuvela ukuthi izikhulu kazeneme ngaye njengoba engawenzanga umsebenzi abewuqashelwe.

UGustavo Paez ongumgadli weChiefs odabuka eVenezuel usayiniswe yile kilabhu ngesizini edlule ngenhloso yokuba azoxazulula inkinga yokugqoza kwamagoli kule kilabhu.

Kubukela zingamuhambeli kahle izinto njengoba iChiefs isakhala ngenkinga efanayo kodwa ebe ekhona.

OLUNYE UDABA:UKomphela ezingxoxweni zokwelula inkontileka yakhe

Usashaye amaholi amathathu nje vo emidlalweni engu-15 ayigijimile kubalwa yonke imiqhudelwano.

Leli phephandaba iLanga LangeSonto, lithole ngomthombo walo ongaphakathi kwiChiefs ukuthi lo mdlali ingase ingelulwa inkontileka yakhe njengoba iphela uma kusongwa lesizini.

Kuthiwa iChiefs njengoba isisayinise uLeonardo Castro obengumdlali weMamelodi Sundowns ayisasiboni isidingo sokugcina lo mdlalo ngoba akazange ayisize ngalutho.

Kuthiwa iChiefs imbona evimbe nesikhala njengoba engowangaphandle.

UBobby Motaung imenenja jikelele yeChiefs uthi ngeke akwazi ukukhuluma ngomdlalo ngamunye uma sebeqede konke ngezinto ezithinta abadlali bazomemezela.

Uthi zikhona izinguquko ezisazobonakala ezithinta bona avadlali.

Khonamanjalo, iChioefs ihlola umgadli waseNigeria uKelvin Abara Obasi okuthiwa akalibheki ipali.

Lo mdlali ubesemabhukwini eCSK Celarevo egijima ku-second division waseSerbia.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.