Ligwetshiwe iphoyisa elabulala isoka lingafuni ukwaliwa

2016-04-28 14:30

Durban – Ligwetshwe iminyaka emihlanu litholoza ejele iphoyisa elalahlwa yicala lokubulala uzakwabo owayeyisoka lakhe ngesibhamu somsebenzi, kusho umbiko.

UThembekile Ngcobo, 32, waseMbali, eMgungundlovu, usolwa ngokubulala uConstable Bongani Lembede ngoba owesilisa ezama ukuqeda ubudlelwano babo, kubika iLANGA.

Kuvele ukuthi uNgcobo uzodonsa izinyanga ezingu-10 kuphela bese ededelwa ngoshwele ngoba akasiyo ingozi emphakathini.

UNgcobo nomufi babesebenza ndawonye ngaphansi kophiko i-TRT eMgungundlovu.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala isoka elalingafuni bashade

Umufi wabulawa ngaphandle komuzi wakhe-2014 esanda kupaka imoto egalaji, uNgcobo wafika wamgqokloza ngezinhlamvu eziningi wathulela khona lapho.

UNgcobo uthi wayedinwa ukuthi umufi akafuni ayobika isisu kubo, kanti umbulala nje wayenezinyanga ezingu-7 ekhulelwe.

Ingoduso kamufi ithe sincane kakhulu isigwebo esitholwe nguNgcobo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.