Lihlafuna lijeqeza ikhansela elithole inkukhu efile nomuthi egcekeni

2016-07-21 19:02

Durban - Liphila ngokwesaba ikhansela lakwaDukuza ngemuva kokuthola umuthi egcekeni lalo, kubika iLANGA.

Le li khansela lithole inkukhu efile, umuthi, isithombe salo, ikhandlela elibomvu, u-R10 nebhodlela lomuthi egcekeni.

OLUNYE UDABA:Bayagana abasebenzisa umuthi ka-R2.50!

UNomonde Mthethwa, 47,  oyikhansela le-ANC uthi uthuke woma ebona lokhu ngoLwesithathu, uthi lesi sithombe esifakwe enkukhwini ubesifake enkundleni u-Facebook.

Uthi usola ezepilitiki ngalokhu ngoba yena nozakwabo banobudlelwane obungebuhle neze.

" Angazi ukuthi bangifunani ngoba angikho ohlwini lwabantu abazovotelwa. Lesi senzo singithuse kakhulu ngoba angazi ukuthi lo owenze lokhu uhloseni," kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.