Lihlehlile elabasolwa ngokubulala isaguga eKZN

2016-06-30 17:32

Ladysmith - Bavelile abasolwa ababili ababhekene nelokubulala uZarina Moolla eNkantolo yeMantshi yaseLadysmith ngoLwesithathu.

Abasolwa bebefaka isicelo sebheyili.

Inkantolo ibigcwele phama abantu befuna ukuzwa isinqumo senkantolo.

OLUNYE UDABA: Lihlehlile elephoyisa elidlwengule isiboshwa

Icala alikwazanga ukuqhubeka njengoba oyedwa wabasolwa ubefuna ummeli kodwa izolo ufake isicelo sokumelwa ngummeli wesihe. Bobabili bazomelwa ummeli wesihe.

Icala lihlehliselwe umhlaka-5 Julayi, kubika iLadysmith.

UZarina Moolla watholwea eseshonile emzini wakhe okuGumtree Road, etholwe umsizi wasendlini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.