Lihlehlile elamadoda amahlanu asolwa ngokubulala izithandani

2017-06-03 08:30

Johannesburg –  Lihlehliswe eNkantolo yeMantshi yaseKagiso ngoLwesihlanu icala elibhekene namadoda amahlanu asolwa ngokubulala izithandani ngesihluku eTshepisong, entshonalanga yeGoli.

Inkantolo ilalele ukuthi kusashoda imiphumela yolibofuzo nokuthi icala kungenzeka ukuthi lithethwe enkantolo enkulu.

IMantshi uJacob Mamabolo, icala ilihlehlisile ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo.

OLUNYE UDABA:Lihlehlile elosolwa ngokubulala unina

Abasolwa ngoBheki Mzama, 28, uSabatha Mathuku, 30, uLindokhule Thembani, 23, uThamsanqa Sizama, 22  noLindani Mzama, 22.

Laba basolwa ngokudlwengula uJeanette Cindi, 34, bephindelela ngaphambi kokumokhela yena noLungelo Buthelezi ngomlilo ngo-Ephreli nonyaka ngesikhathi besendleleni eya emakhaya ebusuku bephuma ebumnandini.

La madoda abhekene namacala amabili okubulala, amabili okuthumba, ukushayela budedengu kanye nokudlwengula.

Icala lihlehliselwe umhlaka-8 Agasti ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo.

Abasolwa bagcinwe esitokisini.

UCindi noButhelezi bafihlwa kanye kanye ngemuva kwezinsuku ezimbalwa bebulewe.

 - ANA

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.