Lihlehlile elendoda 'eyabulala' isoka lentombi

2017-12-12 19:15

Durban - Ivelile indoda eneminyaka engu-33 ubudala eNkantolo yeMantshi yasePinetown ngecala lokubulala.

UKhulekani Msimang waboshwa ngabaseshi basePinetwon  ngezinsolo zokubulala isoka lesibili lentombi yakhe, uSthembiso Msomi, 30.

Kusolwa ukuthi ngomhlaka-25 Novemba 2017, eNazareth, einetown, uMsomi nentombi yakhe babesephathini, ngemuva kwephathi baya kubo kwentombi lapho abafike bachtha khona ubusuku babo.

OLUNYE UDABA:Lihlehlile elosolwa ngokubulala indodana, 5, ngesihluku

Ngesikhathi besalele, kwafika uMsimang kwathi uma ebona uMsomi endlini kwaqubuka ingxabano eyaholela ekutheni uMsimanga ashye uMsomi.

UMsomi walimala waphuthunyiswa esibhedlela eyolashwa. Washona ngomhlaka-6 Disemba 2017 ngenxa yobucayi bamanxeba ayenayo.

Uphenyo lwamaphoyisa yilo elwaholela ekutheni kuboshwe uMsimang lapho ayecahse khona elokishini eMpumalanga  ngomhlaka-8 Disemba 2017.

Ngokwesitatiende samaphoyisa, icala lihlehlele umhlaka-18 Disemba 2017 ukuze uMsimang ezofaka isicelo sebheyili.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.