Lihlehlile elomlimi osolwa ngokubulala emngcwabeni

2018-01-10 09:30

Durban – Umlimi osolwa ngokudubula abulale owayesemngcwabeni epulazini laseCramond eMgungundlovu ugcinwe esitokisini njengoba icala lakhe lihlehliselwe uLwesibili, kusho okhulumela iNational Prosecuting Authority uNatasha Kara.

Umlimi oneminyaka engu-66 ubudala kuthiwa watshela abantu ababeze emngcwabeni ukuba bahambe ngezithuba zabo-13:00 ngoMgqibelo endaweni yase-Otto's Bluff.

Amaphoyisa athi ngesikhathi elinye lamalungu omndeni lizama ukungelelela, umlimi wakhipha isibhamu ‘wadubula’ owesilisa.

OLUNYE UDABA: Lihlehlile icala lesikole 'esingafuni' ukuthatha abafundi

Isisulu esineminyaka engu-42 ubudala sadubuleka emzimbeni, sashonela endaweni yesigameko.

Ngemuva kwesigameko, umlimi wabaleka endaweni yesehlakalo ngemoto yakhe.

Kodwa amaphoyisa ambamba ambopha ngokuhamba kwesikhathi.

Watholakala nezibhamu ezimbili, esohlobo lwe-9mm kanye nesethoyizi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.