Lihlehlile elomlungu owabiza amaphoyisa ngegama elicwasayo

2018-03-10 11:21

Johannesburg - Owesifazabe owezwakala ekhuluma amazwi anokucwasa ngokwebala ewabhekise emaphoyiseni ayemsiza kulandela isigameko sokuba ebanjwe inkunzi, uVicky Momberg usazolinda elinye iviki ukuzwa isiphetho ecaleni lakhe.

UMomberg utshengise ukungazisoli ngamagama okucwasa ngokwebala awaphimisa ngosuku lwesigameko ngesikhathi evele eNkantolo yeMantshi yaseRandburg ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA:Kuyaqhubeka ukulalelwa kwesigwebo sowabiza abamnyama ngegama eliqala ngo-k

Ngo-2016, uMomberg wasebenzisa igama elalisetshenziswa ngesikhathi sobandlululo ukuchaza umuntu omnyama ephindelela ngesikhathi ekhuluma kabi namaphoyisa ayemsiza kulandela isigameko sokubanjwa inkunzi.

UMomberg wathweswa icala kulandela ukubonakala kwe-video edelela amaphoyisa ayezama ukumsiza ebanjwa inkunzi.

 - Twitter:

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.