Lihlehlile elomnikazi weloli eyadlula nabantu ePinetown ngo-2013

2016-08-12 14:31

Durban - UGregory Govender ongumnikazi weloli eyashayisa unqwaba yabantu kuFields Hill ePinetown ngoSephthemba 2013 usephinde wavela enkantolo.

Kwashona abantu abangu-24 ngesikhathi iloli yenkampani iSagekal Logistics eyayishaye;wa nguSanele May odabuka eSwazini eqa irobhothi libomvu wayoshayisa inqwaba yezimoto kubalwa namatekisi ayelayishe abantu.

OLUNYE UDABA: Lihlehlile elabasolwa ngokubulala isaguga eKZN

UGovender uvele eNkantolo yeMantshi yaseVerulam namuhla ekuseni, kubika iNewswatch.

Icala lakhe libe selihlehliselwa umhlaka-26 Sephthemba ukuze ummeli wakhe uTheasen Pillay ezokwethulela iDirector of Public Prosecutions iziphakamiso zakhe.

UGovender ubhekene namacala amane okubalwa kuwo elokuqasha ongene ngokungemthetho kuleli, ukusebenzisa ilolo engekho esimeni sokuhamba emgwaqeni, ukusebenzisa iloli engekho esimeni sokuhamba emphakathini ngemuva kokungathweswa icala kulandela ingozi eyadlula nenqwaba yabantu.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter




NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.