Lihlehlile elosolwa ngokubulala umngani kubangwa ijiki

2016-05-19 17:01

Durban - Ukuxabana kwabangani bebanga utshwala kukhiphe isidumbu ngesikhathi owesilisa eshaya umngani wakhe ngetshe esiphongweni eNtshakane, oLundi, ngoMgqibelo.

UNkosinathi Msimango kuthiwa washaywa ngetshe ngumngani wakhe omkhulu, engeke lidalulwe igama lakhe, kubika iLANGA.

Kuthiwa laba bebengamathe nolimi.

Kubikwa ukuthi umsolwa wafica umngani wakhe endaweni yokucima ukoma, iMbhongampisi Tarven, ephuza ubhiya wawuthatha wawuphuza engawucelanga – wawuqeda wonke.

OLUNYE UDABA: USindane ubulawe kubangwa utshwala - Umbiko

Kwabe sekusuka umsindo: “Umsolwa wabe esecosha imbokodo washaya ngayo uNkosinathi ethi enengwa ukuthi ukhulumela ubhiya wakhe,” kusho umthombo.

Wenza lokhu wase eyabaleka - umufi, ongowokudabuka ePort Shepstone - waze watholakala ngakusa eseshonile.

Owamaphoyisa uMajor Thulani Zwane uthe umsolwa zimkhalele ngeSonto wase evela enkantolo icala lahlehliswa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.