Lihlehlile icala lomfundisi osolwa ngamacala ahlobene nawocansi

2018-03-18 12:01

Cape Town - Kulindeleke ukuba umfundi waseRondebosch avele enkantolo ngomhlaka-27 Mashi ngamacala ahlobene nokwenza namafilimu ocansi lwezingane.

Lo mfundisi wentsha uvelile eNkantolo yeMantshi yaseBellville ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA:Lihlehlile elowenza amafilimu ocansi lwezingane

Owamaphoyisa u-Andre Traut uthe: " Le ndoda, 27, iboshwe ngoLwesithathu ngamacala ahlobene nomthetho we-Elecronic's Communication Transaction Act.

"Uvele enkantolo eBellville ngoLwesihlanu ekuseni icala lahlehliselwa umhlaka-27 Mashi eseyofaka isicelo sebheyili."

Amaphoyisa akholwa wukuthi izingane ezibalelwa kwezingu-60 ziphenduke izisulu zalo mfundisi.

 -EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.