Lihlehliselwe uMashi elabasolwa ngokubulalela umuthi

2016-08-17 20:29

Durban - Avele Enkntolo eNkulu yaseRamsgate namuhla amadoda amabili aboshelwa ukubandakanyeka ecaleni lokubulawa kmdlali wekhrikhrthi osafufusas ngoNovemba 2015 uNawaaz Khan.

Isidumbu sikaKhan esinganekhanda satholwa yizakhamuzi zendawo ebaleni eMzinto ogwini oluseningizimu ngemuva kwezinsuku ezimbalwa amalungu omndeni abika ngokuduka kwakhe.

OLUNYE UDABA: Uthi wayefuna umuthi osolwa ngokubulala obhejane

kukholakala ukuthi le ndoda yabulawela umuthi.

Amadoda amabili, isangoma u-Elias Sihle Mchunu, 31, nomngani kaKhan okusolwa ukuthi ubengubhululu wakhe, uThando Duma, 22, baboshelwa elokubulala.

Owe-NPA uNatash Ramkissomn-Kara uthe abasolwa bavele enkantolo namuhla ngemuva kokuvela engoMsombuluko ngesikhathi oydwa waboslwa ecela usizo lommeli.

"Udaba lahlehliselwe inamuhla, la umsolwa akwaze khona ukuthola ummeli udaba lwabe seluhlehliselwa uMashi 2017 ukzue lizoqulwa, kubika iNewswatch.

"Amacala ababhene nawo kubalwa amabili okuphanga, amabili okubulala, ukuthumba nokushaya."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.