Lihlehlisiwe elabasolwa ngodubula owesilisa erenki

2016-11-11 19:31

eMgungundlovu - Bavele enkantolo kaMantshi eMgungundlovu abalisa abane abasolwa ngokudubula owesilisa erenki ngempelasonto.

UBongani Shabalala,18, Siyabonga Majozi, 27, Thembinkosi Majola, 22, kanye noSthabiso Thusi,31,  babingelele iMantshi u-Adv Phumlani Fakude.

Laba babhekene namacala okuzama ukubulala, ukubamba inkunzi kanye nokutholakala nezidakamizwa.

Lesi sigameko senzeka ngoMgqibelo ekuseni nalapho kuthiwa abasolwa bashaya uMnu Nhlanhla Hadebe-Mbhele base bemphuca  isikhwama sakhe se-Nike ngaphambi kokuba bamdubule.

OLUNYE UDABA:Bavelile enkantolo abasolwa ngokubulala ele-SACP eNchanga

Ngesikhathi beboshwa amaphoyisa ababathola nezidakamizwa ezingu-34 zohlobo lwe-mandrax kanye nama-straws angu 23 e-cocaine.

Kuthiwa laba babehamba ngemoto ngesikhathi behlasela uMbhele eyongena erenke yamatekisi, kubika i-Eyethu News.

Leli cala lihlehliselwe umhlaka 15 kwephezulu ukuze kuzoqinisekiswa amakheli abasolwa ngaphambi kokuba bafake izicelo zebheyili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.