Lihlehlisiwe elabasolwa ngokubulala amaphoyisa eNgcobo

2018-02-27 11:00

Cape Town - Abasolwa ababili esigamekweni sokubulawa kwamaphoyisa eNgcobo, e-Eastern Cape, bayinqabile ibheyili.

Amadoda amane athweswe amacala okubulala amaphoyisa amahlanu nesosha eselathatha umhlalaphansi ngesonto eledlule.

La madoda abeyingxenye yequlu lamadoda angu-12 aboshwe kulandela isigameko sokudubula esontweni iMancoba Seven Angels Ministry ngempelasonto.

OLUNYE UDABA:Sekushone elinye iphoyisa kulandela isigameko esenzeke eNgcobo

Esigamekweni sokudubula esontweni kwabulawa abantu abayisikhombisa.

INational Prosecuting Authority ithe ubufakazi bukhomba abasolwa abane esigamekweni sokubulawa kwamaphoyisa eNgcobo.

Icala lala basolwa lihlehliselwe umhlaka-8 Mashi lapho okulindeleke khona ukuba ababili bafake isicelo sebheyili.

Owenyunyana yamaphoyisa iSapu, u-Oscar Skommere, uthe bazokwenza konke okusemandleni ukuba bagcinwe esitokisini abasolwa kuleli cala.

"Sithi lezi zigebengu kufanele zinganikwa ibheyili, kumele zibhadle ejele zingaphinde zidedelwe."

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.