Lihlehlisiwe elosolwa ngokudlwengula nokubulala ingane

2017-08-24 11:00

Cape Town – Owesilisa osolwa ngokubulala uCourtney Pieters,3, uvele eNkantolo kaMantshi eGoodwood, eKapa, ngoLwesine.

Icala lihlehliselwe u-Okthoba 6 kanti kulindeleke ukuba liqhubeke eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape.

Lona wesilisa oneminyaka engu-40 ubudala ubhekene necala lokuthumba, ukudlwengula nokubulala.

OLUNYE UDABA: Ikhondomu esisebenzile ibophise umfundisi ngokudlwengula udadewabo

Isidumbu sengane satholakala emgodini omncane e-Epping, okuyindawo eyikhilomitha ukusuka kubo e-Elsies River, eCape Flats.

Umsolwa, owayeqashe kubo kwengane, selokhu agcinwa esitokisini ngoMeyi ngesikhathi amaphoyisa esalinde imiphumela yolibofuzo.

Umsolwa phambilini wathi akayifuni ibheyili ngenxa yokuthi wesabela impilo yakhe. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.