Lihlehlisiwe ‘elowabulala’ intombi, wagoqa isidumbu ngeshidi

2016-08-12 12:36

Durban – Bekuyintukuthelo yodwa ngaphandle kwaseNkantolo yeMantshi yaseZakheni ngesikhathi abangani nomndeni kaZinhle Shezi, ongasekho, bebhikisha.

UShezi, 30, kusolakala ukuthi wabulawa yisoka lakhe uMduduzi Khumalo, 37, lasonga isidumbu ngeshindi lasifihla endlini yalo, kubika iSolezwe.

Ubaba kamufi, uLindelani Mthethwa, uthe ubaqinise idolo ukuphuma komphakathi ngale ndlela.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala intombi eyisola ngokujola

“Sithanda ukubonga umphakathi ngokuseseka, sithi ungadinwa nangomuso. Ummangalelwa ytshengise ukweyisa okukhulu enkantolo ngesikhathi encimfela omunye umuntu wesifazane,” esho.

Uthe ufuna uKhumalo ayohlangana nontangayakhe ejele ngoba ubehlezi eshaya umufi.

“Konke lokhu ukwenziswe wumona, ubeqinela uZinhle. Kumanje uze washiya emhlabeni izingane zakhe ezintathu,” esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.