Lihlehlisiwe icala elibhekene nesishoshovu sabafundi

2017-10-05 14:00

Johannesburg – Isishoshovu sabafundi uMcebo Dlamini ubuyele eNkantolo kaMantshi eGoli ngoLwesine.

UMbuso utshele inkantolo ukuthi i-video emayelana naleli cala abakayitholi.

UDlamini ubhekene namacala ahlanganisa ukushaya indiva umyalelo wenkantolo, ukudala udlame emphakathini, ukweba, ukushaya kanye nekucekela phansi impahla.

Amacala amayelana nemibhikisho ye-Fees Must Fall yango-2016 eWits University.

OLUNYE UDABA: I-DA imashele emzini wakwaGupta

Umshushisi woMbuso uSteven Rubin utshele inkantolo ukuthi kusamele bathole i-video enobufakazi ngecala.

Uthe wonke amakhophi emiqulu adingekayo mayelana necala asenikeziwe abameli bammangalelwa.

Ngenxa kodwa yokungapheleli kobufakazi icala lihlehliselwe uNovemba 22.

UDlamini ungaphandle ngebheyili ka-R2 000.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.