Lihlehlisiwe icala elibhekene noMalema

2016-11-14 12:29

Bloemfontein – Lihlehliselwe umhlaka 25 Juni 2017 icala elibhekene nomholi we-EFF uJulius Malema ebeliseNkantolo yeMantshi yaseBloemfontein ngoMsombuluko.

Imholi we-EFF uvele enkantolo, wathweswa icala lokwephula umthetho owaziwa ngeRiotous Assemblies wango-1956 ngemuva kokuba ngomhlaka-16 Disemba 2014 amema abalandeli bakhe ukuba bathathe ngo-dli umhlaba ongasetshenziswa.

UMalema uvele phambi kwenkantolo yaseNewcastle ngoNovemba 7, ngecala elifanayo nokuyilapho ummeli wakhe, uTumi Mokwena, aveza khona ukuthi uMalema ufuna ukuwuphonsela inselelo eNkantolo eNkulu lo mthetho wangesikhathi sobandlululo.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umshayeli wemoto ehamba uMalema

Ngaleyo ndlela lolu daba luphinde lwahlehliswa nasenkantolo yaseBloemfontein njengoba kusalindwe isinqumo ngesicelo esifakwe eNkantolo eNkulu.

Ummeli kaMalema utshele inkantolo ukuthi sebewafakile amaphepha eNkantolo eNkulu yasePitoli.

"Usuku olusabekelwe ukuba lulalelwe ngalo lolu daba umhlaka-27 Febhuwari 2017," kusho uMokwena.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.