Lihlehlisiwe icala 'lamazimuzimu' aseMtshezi

2018-01-26 12:31

Escourt - Amadoda amane asolwa ngokuba "amazimuzimu" avele kafushane eNkantolo yeMantshi yase-Escourt ngoLwesine.

ULungisani Magubane, uKhayelihle, uNino Mbatha noSthembiso Sithole bagcinwe esitokisini njengoba abanye banqatshelwa ibheyili kanti abanye bayilaxaza.

La madoda abhekene namacala okubulala, ukuzama ukubulala nokwakha itulo lokubulala.

OLUNYE UDABA:Bazogqunywa esitokisini ababhekene 'nelokudla izicubu zomuntu'

Lolu daba lwavela ngo-Agatsi ngesikhathi uMbatha, oyisangoma, azinikela esiteshini samaphoyisa eyobika ngokuthi usekhathele ukudla inyama yabantu.

Isigameko saholela amaphoyisa emzini kaMbatha oseMtshezi lapho okwatholakala khona ezinye izicubu zomzimba. Icala labe selibekwa ezandleni zamaphoyisa i-SAPS Occult Crime Unit.

Kwaboshwa amadoda angu-7 kodwa amadoda amathathu ahoxiselwa amacala ngenxa yobufakazi obunganele.

Icala lihlehlisiwe ukuze kuzotholakala ubufakazi bokuhlolwa kwezidumbu.

La madoda kulindeleke ukuba aphinde avele ngomhlaka-27 Febhuwari enkantolo.

 - SowetanLive

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.