Lihlehlisiwe icala lendodana kaHope Zinde

2016-08-10 16:05

Johannesburg - Lihlehlele umhlaka-12 Septhemba icala elibhekene noMark Zinde eNkantolo yesiFunda yaseBrits.

Udokotela wasesibhedlela sabangaphilile kahle ngokwengqondo iWeskoppies Psychiatric, ucele ukunikwa isikhathi ukuze ezophothula ukuhlola uMark Zinde othweswe icala lokubulala umama wakhe owayeyilungu lebhodi lomsakazeli womphakathi iSABC, uHope Zinde.

OLUNYE UDABA: Ibuyela enkantolo indodana kaHope Zinde

Isidumbu sikaZinde satholwa ebhuthini yemoto yakhe ePecanwood Estate eduzane naseHartbeespoort Dam ngoJuni.

Le ndoda eneminyaka engu-28 ubudala iphinde ibhekane necala lokutholakala nezidakamizwa.

Isibhedlela iWestkoppies Psychiatric sicele ukuba sinikwe izinsuku ezingu-30 zokuhlola ngokwengqondo uMark zize ziqede nangombiko, kubika iNewswatch.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.