Lihlehlisiwe icala lowesilisa owayephethe isikhwama esigcwele imali

2016-08-18 10:00

Durban - Lihlehlisiwe icala lowesilisa owabanjwa ephethe imali engango-R7.9 miliyoni esikhumulweni sezindiza iKing Shaka International Airport.

UHusain Farouk Motala, 37, wayelibangise eChina kodwa ezonqamula eDubai ngesikhathi ebanjwa amaphoyisa.

Funda nalolu daba:Udilikajele kwabantshontshela umengameli izigidi zemali

Icala lakhe lihlehliselwa umhlaka-11 kuMfumfu, kubika iCitizen.

Kusenjalo umfowabo kaHusain uHassan Motala naye ubhekene namacala okukhwabanisa ithenda ebiza izigidi zamarandi.

UHussain nabanye abasolwa abane basolwa ngokudayisela abantu izinkontileka ezingekho emthethweni bebetshela ukuthi kuzokwakhiwa izindlu zomxhaso besebenzisana nomnyango wezokuHlaliswa Kwabantu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.