Limchithe okwesibili icala owe-JMPD obedayisa izincwadi zezimoto

2018-04-10 19:29

eGoli - Sichithiwe okwesibili isicelo sokugcina umsebenzi kowesimame obesebenzela uMnyango wamaPhoyisa kaMasipala eGoli, kubika iSABC News.

Lo mabhalane usebenzela esiteshini sokuhlolela ukushayela eLanglaagte ubesebenzisana nemigulukudu ukudayisa amaphepha ezimoto ngokungemthetho.

Waqala waxoshwe emsebenzini ngokutholakala enecala lokweba ngemuva kophenyo olwenziwe emsebenzini ngaphakathi.

Ngemuva kokuxoshwa kwakhe wafaka isikhalazo kwinhlangano ebhekelele abasebenzi nokuyilapho ebonakale khona njengomuntu onamanga.

OLUNYE UDABA:Basenkantolo abasolwa ngokubulala eGlebelands

Ngemizamo yakhe yakamuva, lomabhalane utholakale ewumuntu ohubhuza amanga futhi waba ngumuntu ongathembekile kusukela kuqalwa ukuqulwa kwecala lakhe.

Kusukela ngonyaka ophelile, bangu-20 abasebenzi beJMPD abaxoshiwe emsebenzini ngamacala ahlukahlukene.

Okhulumela lomnyango uWayne Minaar uthe angu-65 amacala okungaziphathi kahle kanye nawenkohlakalo aphenywayo ezikhungweni ezingu-6 zokuhlolela ukushayela eGoli.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.