Limenyezeliwe iqembu elizomela elakuleli eRio

2016-07-14 12:30

Johannesburg - Limenyezeliwe iqembu labadlali abazomela iNingizimu Afrika emidlalweni  yama-Olympic ezoba sedolobheni laseRio De Janeiro eBrazil ngenyanga ezayo.

Unozinti weKaizer Chiefs u-Itumeleng Khune kanye nomdlali wasemuva u-Erick Mathoho bangabanye babadlali asebekhulile abafakwe kuleli qembu labangaphansi kweminyaka engu-23 ubudala.

Funda nalolu daba: Iqembu elisha kuPSL lilande umdlali waphesheya

Iqembu lika-Owen da Gama liqhathwe neBrazil, Denmark kanye ne-Iraq ku-Group A.

IQEMBU:

Onozinti: Itumeleng Khune noJody February.

Abadlali basemuva: UKwanda Mngonyama, Rivaldo Coetzee, Abbubaker Mobara, Mothobi Mvala, Erick Mathoho, Tebogo Moerane noTercious Molepe.

Abasesiswini: Gift Motupa, Aubrey Modiba, Deolin Mekoa, Keagan Dolly noPhumlani Ntshangase.

Abagadlali: Tyroane Sandows, Lebo Mothiba, Tashreeq Morris noMenzi Masuku.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.