Limlahlile elokudlwengula amadodakazi, yize umndeni usumxolele

2016-05-17 18:34

Pietermaritzburg – Ibhuntshile imizamo yokuphikisa isigwebo sikadilikajele kubaba owalahlwa amacala okudlwengula amadodakazi akhe amabili, eNkantolo eNkulu yaKwaZulu-Natal.

Umkhulu walezi zingane naye wagwetshwa iminyaka engu-20 ebhadla ejele ngokudlwendula lezi zingane, imantshi yamnqabela ukuthi aphikise isigwebo.

Amagama ala madoda womabili agodliwe ukuze kuvikeleke izingane.

IJaji uDaya Pillay, ehlezi neJaji uNompumelelo Radebe, basichithile isicelo sikababa sokuchitha isigwebo.

OLUNYE UDABA: 'Ngangimbuka edlwengula amadodakazi'

Ngesikhathi beboshwa, ubaba wayeneminyaka engu-41 ubudala, umkhulu enengu-66 ubudala.

Lezi zingane zithi zikholelwa ekutheni ubaba wazo nomkhulu bajeziswa ngokwenele ngesikhathi besejele izinyanga ezine, inkantolo ingakabalahli ngecala.

Omunye wabameli uthe siyashaqisa isigwebo salo baba ngoba umndeni wawusukhulumile ngale ndaba, wathelelana amanzi.

Indodakazi encane ithi isibaxolele bobabili abamangalelwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.