Lincike kwisinqumo se-DRC yePSL ikusasa lofunwa yiChiefs

2016-06-30 17:34

Johannesburg - IChippa United ikulungele ukunikeza iKaizer Chiefs uJoseph Molangoane uma izomthenga, noma uma iDispute Resolution Chamber (DRC) yePSL athi akadedelwe, umbiko.

UMolangoane usanenkontileka namaChilli Boys ngokusho kwesikhulu seqembu uChippa Mpengesi, kodwa lo mdlali uyakuphika lokho kanti lolu daba useludlulisele kwi-DRC yePSL.

Funda nalolu daba: Kulindeleke ajoyine iSSU oweDowns

Ekhuluma kwiKickOff.com, uMpengesi ukuqinisekisile ukuthi kunokungaboni ngasolinye phakathi kweqembu nomdlali nangendlela esetshenziswe yiChiefs.

UMolangoane kubikwa ukuthi usevumile ukujoyina iChiefs.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.