Lingase libe sengcupheni ikusasa likaKjell Jonevret kwiPirates

2017-06-26 14:00

Johannesburg – Kulindeleke azi ngokuthi ikusasa lakhe limphatheleni kwi-Orlando Pirates umqeqeshi walezi zinkunzi zaseSoweto, uKjell Jonevret, uma ngabe ithimba labaqeqeshi selihlangana nabaphathi beqembu, kubika iKickOff.

Ikusasa lalo mqeqeshi kumaBhakabhaka aliqinisekisiwe neze kulandela isizini ephoxile kanye noguquko olungatheni olwenziwe yilo mqeqeshi ongowokudabuka eSweden ngesikhathi ethatha izintambo ngoFebhuwari.

OLUNYE UDABA: Kufuneka izinguquko ezinkulu kwiPirates

Lezi zinkunzi zaseSoweto ziqede ngaphandle kwamaqembu angu-8 aphezulu kwi-log yePremier Soccer League (PSL) nokuyinto obekungokokuqala ngqa yenzeka, yaphinde yabhaxatshulwa yiSuperSport United emdlalweni wamanqamu weNedbank Cup.

Ngokusho komthombo weKickOff, ikusasa likaJonevret lisengcupheni njengoba uSihlalo weqembu, uDkt Irvin Khoza, kulindeleke ukuthi enze izinguquko ezinkulu ethimbeni labaqeqeshi kanye nakubadlali.

“Umsebenzi wakhe awuphephile neze,” kusho umthombo. “Kungase kube nezinguquko ezinkulu futhi abadlali abanamagama amakhulu bangase bavunyelwe ukuthi bahambe.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.