Lingase likhithike ezindaweni ezakhelene noMnambithi

2018-03-14 18:01

Ladysmith - Kulindeleke ukuba umsinga obandayo unyonyobele ezindaweni ezisogwini KwaZulu-Natal ngoLwesine  nangoLwesihlanu, uthi ukupholisa ezindaweni ezakhelene noMnambithi.

Kunamathuba okuba likhithike ezindaweni ezimbalwa ngoLwesihlanu ebusuku kanjalo nangoMgqibelo.

Owe-South African Weather Service uWiseman Dlamini, uthe kunamathuba emvula angu-60% KwaZulu-Natal ngoLwesine nangoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA:Kubikwa izulu elibi elizohlasela ezweni

Kuqagulwe ukuba lizokhithika ezindaweni ezifana naseThabane Ntlenyana, eChampagne Castle naseGiants Castle eseduzane naseMnambithi.

Isimo sezulu eMnambithi kulindeleke ukuba siphole ngoLwesihlanu kanti futhi kungase kubenesiphepho.

 - Ladysmithgazette

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.