Lingenisile nakubantu besilisa ibhande lesisu

2016-07-24 11:00

Durban - Abantu besimame abajwayele ukuthenga izinsiza zokunciphisa umzimba, ikakhulu izinto ezizokwenza izisu zabo zibukeke zincane.

Kubukeka sengathi izinto sezishintshile njengoba nabantu besilisa nabo ngathi sebayathanda ukuthola izinto ezizokwenza imizimba yabo ibukeke kangcono.

OLUNYE UDABA:Amathemba ngomshini olapha umdlavuza eKZN

Kuthiwa asengenisile nakubantu besilisa amabhande okubamba izisu. Izinsizwa zesimanje zithi kuyihlazo ukuba nesisu esikhulu.

Bathi sesiphele nya isitayela esike sangenisa sokuthi indoda indoda ngomkhaba wayo, kubika iSOLEZWE.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.