Linikwe ikhefu ikhansela le-ANC elisolwa ngokudlwengula

2017-06-07 16:02

Mmbombela – Ikhansela le-ANC kuMaspala waseMpumalanga, eliboshwe ngeledlule ngezinsolo zokudlwengula intombazane eneminyaka engu-16 ubudala, selinikezwe ikhefu eliyisipesheli kuze kube kuphothulwa icala.

Okhulumela i-ANC esifundeni saseNkangala, uSello Matshoga, uthe i-ANC icala lokudlwengula, okusolwa ngalo ikhansela layo, ayilithathi neze kancane.

“Asimmisanga kodwa simnikeze ikhefu eliyisipesheli, futhi ngeke abhekane nokuqondiswa kwezigwegwe kwangaphakathi,” kusho uMatshoga.

OLUNYE UDABA: Injabulo kubaqwayizi kugwetshwa owabulala uzakwabo

“Ngeke aqhubeke nomsebenzi wakhe wokuba yikhansela futhi ngeke axhumane nomphakathi njengomholi we-ANC kuze kuphothulwe icala.”

“Ukuba asimnikanga ikhefu eliyisipesheli, bekuzosho ukuthi leli cala asilithathi njengelibalulekile.”

Okhulumela amaphoyisa aseSiyabuswa, uCaptain Zandile Gqawa, uthe owesilisa oneminyaka engu-44 ubudala uvele eNkantolo yeMantshi eMdutjana ngoLwesine, wanikezwa ibheyili ka-R5 000.

“Icala lihlehliselwe uJuni 23 ukuze kuqhutshwe uphenyo,” kusho uGqawa.

- ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.