Liphinde lahlehliswa icala elibhekene nesishoshovu sabafundi

2017-08-29 14:00

Johannesburg - Liphinde lahlehla eNkantolo kaMantshi eGoli icala elibhekene nesinye sezishoshovu zabafundi ababelwisana nokukhokhwa kwemali yokufunda emazingeni emfundo ephakeme.

Ukuhlehla kwecala elibhekene noMcebo Dlamini kwenzeke ngemuva kokuba ummeli wakhe ethumele umqhafazo othi ngeke aphumelele enkantolo ngenxa yokuxinwa ukugula.

UDlamini ubhekene namacala okushaya indiva umyalelo wenkantolo, ukudala udlame emphakathini, ukushaya, ukweba kanye nokucekela phansi impahla ngesikhathi kunombhikisho we-Fees Must Fall eWits University ngo-2016.

Ummeli wakhe, uThabo Kwinana, uthumele umyalezo othi ngenxa yezinkinga ezithile ngeke akwazi ukuphemelela enkantolo ngoLwesibili ekuseni.

UDlamini umyalezo awuthunyelelwe uwufundele inkantolo.

OLUNYE UDABA: Kudubuleke umfana ekhanda kuxabana amadoda amabili

Ngemuva kwesikhashana uKwinana uthumele omunye umyalezo othi uzoze akwazi ukufika enkantolo ngemva komhlaka 5 Septhemba.

Inkantolo ivumile ukuba icala lihlehliswe, kodwa yathi kuzoba ngokokugcina leli loku ikwamukela.

UDlamini waboshwa ngo-Okthoba 2016, wadedelwa ngebheyili ka-R2 000 ngoNovemba.

Icala lihlehliselwe uSepthemba 7.

- Citizen

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.