Liqale kwinjini yebhasi ilangabi: Izicishamilo zaseThekwini

2017-08-03 12:31

Durban - Umlilo oqubuke ebhasini ebelithwele abagibeli namuhla ekuseni  eThekwini kukholakala ukuthi uqale ebhokisini lenjini

Kudingeke kukhishwe abantu abangaphezu kwabangu-60 abebegibele kuleli bhasi ngemuva kokuba kugqamuke ilangabi kuthelawayeka u-N2 South ngaphambi kokufika kuSpaghetti Junction.

OLUNYE UDABA:Kushe kwangqongqa abangu-132 kuginqika iloli laphethiloli

Umshayeli ukwazile ukuphuma emgwaqeni wayopaka eceleni. Abantu abathathu balashelwe ukuhogela intuthu.

UMandla Jeza, okhulumela izicishamlilo eThekwini, uthe leli langabi libe selokheleka ibhasi lonke.

"Ngesikhathi sifika, ibhasi beselivutha, bonke abagibeli sebephumile kulo. Ngokushio komshayeli webhasi, ibhasi belilayishe abantu abangu-65, wathi umlilo uqale kwinjini yebhasi," usho njalo.

 - Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.