Lisenkantolo elikamfundisi ‘owadlwengula’ eminyakeni engu-46 eyedlule

2016-12-06 08:30

Cape Town – Kulindeleke ukuba liqhubeke eNkantolo yesiFunda yaseParow icala elibhekene nomfundisi osolwa ngokudlwengula intombazane, 8, eminyakeni engu-46 eyedlule.

Kufakazeleke isisho esithi impela icala aliboli ngesikhathi uCarl Baron, 77, ongumfundisi, ebekwa amacala amabili okudlwengula.

UBaron uyawaphika la macala.

OLUNYE UDABA: Unqatshelwe ibheyili umfundisi osolwa ngelokudlwengula

Le ntombazane kusolakala ukuthi yadlwengulwa ngaphandle kwase-University of the Western Cape iphuma esikoleni, yaphindwa futhi bezikhiphile nesonto bese-Oudtshoorn ngo-1970.

UBaron wayengakabi ngumfundisi ngaleso sikhathi, kepha eyilungu lebandla i-Emmanuel Pinkster Sendings Kerk (Emmanuel Mission Church).

Ngesikhathi uBaron evela okokugcina enkantolo, umngani wakhe naye ongumfundisi, uSamuel Michaels, 66, umphikelile uBaron wathi lo wesifazane uhubhuza amanga.

Lo wesifazane uze walivula ngoNovemba wonyaka odlule icala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Learning & Development Coordinator

Cape Town
Kelly and Quest Staffing Solutions
R18 000.00 - R19 000.00 Per Month

Inbound call centre agent

Western Cape
Full Circle Contact Centre Services (PTY) LTD
R6 500.00 Per Month Per Month

Casualty Doctor Needed

Cape Town Northern Suburbs
Medical Resources Group

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.