Lisenkantolo elikasomabhizinisi othengisa izikhali

2016-07-23 13:30

Cape Town – Usomabhizinisi waseKapa ubhekene namacala okudayisela imigulukudu izikhali.

Leli cala liqulwa enkantolo eNkulu yaseKapa lapho u-Irshaad Laher evele kancane phambi kokuba icala lakhe lihlehliselwe inyanga kaMfumfu.

OLUNYE UDABA:Kudlule emhlabeni usomabhizinisi obedumile eThekwini

ULaher waboshwa ngenyanga edlule ekhaya lakhe e-Rondebosch, njengoba kusolakala ukuthi wayesebenza njengomxhumanisi kaChristiaan Prinsloo iphoyisa eliboshelwe ukushushumbisa izibhamu.

Leli phoyisa ligwetshwe iminyaka engu-18 ngamacala enkohlakalo, ukukhwabanisa kanye nokushushumbisa, kubika i-eNCA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.