Lisesimeni esethembisayo iphoyisa elidutshulwe abasolwa

2016-07-27 12:31

Cape Town – Lisesimeni esethembisayo esibhedlela iphoyisa laseKapa elidutshulwe ngesikhathi ebizelwe esehlakalweni sokuphanga eDurbanville ngoLwesibili ebusuku, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Andre Traut uthi amaphoyisa amabili aphuthume lapho bekubanjwa khona inkunzi isitolo eFisantekraal ngo-19:50.

Funda nalolu daba: Sekuphinde kwabulawa elinye ilungu le-ANC

"Ngesikhathi efika endaweni yesehlakalo, abasolwa badubule amaphoyisa, kwalimala elilodwa kuwona,”  usho kanje.

Abasolwa babalekile endaweni yesigameko.

UTraut uthe bayaphenya kodwa bekungakaboshwa muntu.

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.