Lisesimeni esibucayi ikhehla eliwe eladini emzini walo

2018-04-23 12:32

Durban - Isesimeni esibucayi indoda engeniswe esibhedlela ngemuva kokuwa eladini emzini wayo osePinetown, entshonalanga yeTheku.

Abosizo lokuqala baphuthume kulo muzi ngemuva kwezithuba zabo-13:00 ngeSonto ngemuva kokubikelwa ngesigameko.

Abe-ER24 bathe abosizo lokuqala bafice le ndoda, okukholakala ukuthi ineminyaka engu-71 ubudala, isengadini yayo.

OLUNYE UDABA:Sishonile isitshudeni esisacazeke phansi sisuka esitezi esiphezulu eGoli

Kutholakale ukuthi le ndoda ilimale ekhanda nasehlombe.

Ingeniswe esibhedlela ukuze izothola olunye usizo lwezempilo kulandela lesi sehlakalo.

Imbangela yokuwa kwayo ibingakaziwa okwamanje. 

 - Twitter:

 - Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.