Lisesimeni esikahle iphoyisa elazidubula ngephutha

2018-04-24 16:01

Durban - Kubikwa ukuthi lisesimweni esigculisayo iphoyisa likaMasipala waseRay Nkonyeni elaphuthunyiswa esibhedlela ngemuva kokuthi lizidubule ngephutha lisemsebenzini.

Ngokombiko we-EyethuNews leli phoyisa lazidubula kwesingezansi ngoLwesithathu olwedlule.

Isigameko senzeke eChris Hani Square, edolobheni iPort Shepstone.

OLUNYE UDABA:Iphoyisa 'lidubule labulala' izintombi ezaliqola ngemuva kokujuxuza

Okhulumela abosizo lokuqala iMed-Evac Ambulance, uGlen Preston, uthe: "Kukholakala ukuthi iphoyisa elineminyaka engu-34 ubudala lazidubula ngephutha ngesikhathi lithi linikeza uzakwabo isikhali.

"Kubikwa ukuthi lisesimweni esigculisayo."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.