Lishaqekile isoka eligilwe intombi selithumela omalume

2016-08-02 11:30

Mpumalanga - Ngemuva kweminyaka emibili ethandana nentombi yakhe, uSamuel Rankoe uthumele omalume ukuba bayocela isihlobo esihle kubo kantombi uLeah Mashiyane, kubika iDailysun.

Leli soka ebelikhungethwe uthando lizithole seliphoxeka kabili intombi isibukusa ngaye sekuvela izimfihlo.

Imfihlo yokuqala ukuthi intombi imshiya ngeminyaka engu-12 futhi inendoda esejele.

OLUNYE UDABA:‘Isoka lami elinesikhwele lishise indlu yami’

Samuel,32, ohlala kwaMhlanga eMpumalanga uthi akaphoxwanga ukuvela kwalezi zimfihlo kuphela kodwa usale engenayo ngisho indibilishi.

Intombi iyishaye yayivala yonke imali kaSamuel ebisebhange yase idla phansi. Lo mlisa uthi ubekhokhela nemoto yentombi.

“Uthe zonke izimfihlo zivele ngesikhathi ngimtshela ukuthi ngifuna ukuthumela omalume kuqalwe izingxoxo zamalobolo,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.