Lishokheke lashona ilungu le-DA lifaka izingqwembe zokhetho esigxobeni sikagesi

2016-07-20 12:31

Johannesburg - Kushokheke ilungu leDemocratic Alliance (DA) ngesikhathi lifaka izingqwembe zeqembu zokhetho esigxobeni sikagesi ngempeasonto lashona.

Abaholi be-DA eNorth Wets bazovakashela umndeni wale ndoda eshone ifaka izingwembe zokhetho ezigxobeni zikagesi njengoba kuza ukhetho lohulumeni basekhaya eRustenburg eNorth West.

OLUNYE UDABA: Kucelwa amaqembu asuse izingqwembe zokhetho

Le ndoda kawadi-37 eLethabong ishokhwe wugesi ifaka izingwembe ezigxobeni zikagesi ngempelasonto.

Ukhetho lohulumeni basekhaya lungomhlaka-3 Agasti, kubika i-SABC.

Isigameko senzeke ngezithuba zabo-17:00 ntambaa ngeSonto ngesikhathi iqembu lifaka izingqwembe zokhetho ezigxobeni zagesi kodwa ngeshwa isisulu sashokheka sawa emasitesbhisini sashona ngezithuba zabo-21:00 ebusuku," kusho ilungu le-DA Herman Groeneweld ekhuluma ohlelweni i-AM Live.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.