Lishonile ibhungu ngemuva kokudla

2016-05-20 11:31

Johannebsurg - Lishonele ezandleni zikagogo walo ibhungu laseMeadowlands eSoweto ngemuva kokudla ukudla nogogo nomama walo.

UTshepang Pooe, 18, ukhale ngesisu ngemuva kokudla.

Ngemuva kwesikhashana kwagula umama walo uJanet osesimeni esibucayi esibhedlela.

Yize kunjalo ugogo uMabaruti 73 akazange abenalutho ngemuva kokudla.

Lo gogo uthe uJanet wafika nezintsha ezintaghu zigcwele ukudla ngemuva kokuyolanda ukudla eZone 3

OLUNYE UDABA: Abantu badla ukudla okwakuvalelwe nezidumbu

Ngemuva kokudeka itafula babonga ukudla bobathathu babe sebezitika ngesidlo.

UGogo uMabaruti utshele iDaily Sun ukuthi: "UPooe ube esekhala ngokulunywa yisisu  ngathi akaphuze amanzi kodwa ngaphambi kokuthi awaphuze uvekle wawa phansi.

"Ngamthatha ngambamba. Ngathumela uJanet obengakatshengisis izimpawu zokugula esitolo eyothenga ubisi kodwa wabuya uPooe esesesimeni esibucayi wayobiza omakhelwa."

Ngesikhathi omakhelwane bebiza i-ambulensi uJanet ube esekhala ngezinhlungu.

'Ubehayiza ephalaza, waphuma igwebu emlonyeni nasemakhaleni ngaleso sikhathi uPooe ubesedindilize phansi eseqinise imihlathi.

Abosizo lokuqala bafike sekuphele ihora bebiziwe. UPooe uhlonzwe njengoshonile uJanet waphuthunyiswa esibhdlela.

USergeant Octavia Thebe wamaphoyisa aseMeadowlands uthe isigameko siyaphenywa.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.