Lisinde ngokulambisa ikhansela le-ANC eBuhlebezwe

2016-08-18 08:16

uBuhlebezwe - UBongi Nduli uthi ngeke akwazi ukubuyela kwakhe uma ephuma esibhedlela njengoba nomsolwa engakaboshwa, kubika iDailysun.

UNduli osanda kukhethwa njengekhansela elisha kuMasipala uBuhlebezwe, ubelele embhedeni ngesikhathi ezwa kuphuka iwindi ekamelweni lakhe.

OLUNYE UDABA:Lihlafuna lijeqeza ikhansela elithole inkukhu efile nomuthi egcekeni

“Ngavuka ngayobheka ukuthi kwenzenjani, kodwa kuvele kwaqhuma isibhamu,”kusho yena.

Uthi ushayasibhamu uqhubeke njalo ngokudubula waze wawela phansi nokuyilapho ayeke khona ukudubula wabaleka.

UNduli uthi izinkinga zakhe zaqala esanda kuwina ukhetho, uthi abanye abantu bamanye amaqembu bebengajabulile ngempumelelo yakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.