Lisinde ngokulambisa iphoyisa lihlaselwa izigebengu

2016-07-28 19:00

Krugersdorp - Iphoyisa ebelingekho emsebenzini lisinde kukubi izigebengu zizama ukuduna imoto yalo, kubika i-Krugersdorp News.

Ngokusho kukaConstable Gloria Maswanganye, leli phoyisa belihamba kumgwaqo iMpala ngasesibhedlela iLeratong ekuseni ngo-5h30 ngesikhathi ehlaselwa.

OLUNYE UDABA:Kusolwa ukuthi belibanjwa inkunzi iphoyisa elibulewe

“Leli phoyisa lizwe kuphahlaka amawindi emoto zinkangothi zombili kwase kuqhuma isibhamu kudutshulwa ngakuyena. Likhiphe esalo isibhamu nadubula,” kusho iphoyisa.

Leliphoyisa likwazile ukuphuma emotweni lijaha izigebengu kodwa zabaleka zengena ehlathini. Libuyele emotweni labaleka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.