Litholakale lingenamyocu ikhehla,80, ebelithunjiwe

2017-06-24 09:27

Mahikeng – Abesilisa abane abasolwa ngokuthumba ikhehla elineminyaka engu-80 ubudalaa bavele eNkantolo yeMantshi eMolopo ngoLwesihlanu.

Abasolwa, abaneminyaka ephakathi kuka-27 no-35 ubudala, baboshwe eTaung naseMahikeng ngoLwesithathu ngemuva kokuba owesilisa ethunjwe ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa aseNorth West uBrigadier Sabata Mokgwabone, esitatimendeni, uthe ukhehla lithunjwe lingaphandle komuzi walo oseGolfview, eMahikeng, ngoLwesibili ebusuku.

"Kusolwa ukuthi isisulu besifika ekhaya ngesikhathi imoto engaziwa ima phambi kwaso. Ebebesemotweni kuthiwa baphumile base belidonsela ngaphakathi emotweni, babaleka naye ngayo imoto,” kusho uMokgwabone.

OLUNYE UDABA: Inqatshelwe ibheyili indoda ebhekene nenqwaba yamacala okudlwengula

"Udaba lubikelwe amaphoyisa, aqalise uphenyo. Ngesikhathi kuqhubeka uphenyo kufone abasolwa bafuna ukukhokhelwa ukuze badedele isisulu.”

"Kube sekuqhubeka uphenyo olunzulu, nokuholele ekuboshweni kwabasolwa abathathu eTaung, nowesine eMahikeng.

"Isisulu naso sitholakale siphila, singalimele emzini oseTaung ngemuva kokuboshwa kwabasolwa abathathu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.