Lithole ijezi elisha iqembu labogogo abadlala ibhola

2016-08-03 11:02

Pretoria - IShonisani Mamelodi Football Club isizodlala ngaphandle kokuba namahloni njengoba sebethole ijezi Elisha.

Leli qembu laqalwa ugogo uSarah Shonisani,64, kanti leli qembu lithatha abadlali besimame abaqala kwiminyaka engu-35 ukuya phezulu.

OLUNYE UDABA:Sekuqinisekisiwe: UMay Mahlangu uyalishiya iqembu

Lo gogo wafikela ukugula wahlala phansi izinyanga eziyisithupha, ngaleso sikhathi abadlali bakhe bakudala bahamba nemifwaniswano yeqembu.

Usebuyile manje futhi usevuse isikwati esisha. Uzamile ukuthola usizo lwabaxhasi okuyibona abamsize ngejezi Elisha, kubika iDaily Sun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.