Litholelwe abaqaphi ikhansela laseJozini elisinde lihlaselwa

2017-09-27 15:59

eJozini - Amaphoyisa asaphenya ngokuhlaselwa kwekhansela lakuwadi 19 kuMasipala waseJozini.

UZakhele Nyawo, 50, waseNondabuya, uhlaselwa ngamadoda angaziwa eyongena emzini wakhe ngesikhathi bemdudula ngenhlamvu.

Abasolwa badubule amahlandla amahlanu, ngenhlanhla abadubuli bebegeja, uNyawo waphuma emotweni wabaleka wangena egcekeni lakwakhe.

“Bengisavula isango ngesikhathi ngidutshulwa. Badubule izikhathi ezimbalwa, ngenhlanhla ayikho neyodwa inhlamvu engishayile,” kusho yena.

Uthi akakwazi ukuqagula ukuthi ngubani othumele ababulali ukuba bazomhlasela.

OLUNYE UDABA:Ikhansela likaKhongolose ehlazweni lokungondli

“Akuqali ukwenzeka lokhu, sekukathathu ngithola ucingo olungisabisayo, kodwa lolu daba belusaphenywa,” kusho yena.

Kuthiwa ngemuva kokuba uMasipala namaphoyisa babona le milayezo emsabisayo, kwavunyelwana ngokuthi uNyawo kumele athole abaqaphi.

Uhlaselwa nje, abaqaphi bakhe bebesanda kuphuma emsebenzini, kubika iZululand Observer.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.