Livelile ikhansela elatalabha ilungu lomphakathi

2016-07-05 16:09

Pietermaritzburg - Ikhansela laseMafakatini elashaya ilungu lomphakathi lihlangene nabanye ozakwabo lizinikele emaphoyiseni.

UMbuyiselwa Ngcono, 45,  no-Ayanda Sibisi bavele eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu  ngemuva kokuzinikela emaphoyiseni ngawo uMsombuluko badedelwa ngesexwayiso.

OLUNYE UDABA: Bakhala ngothisha ovulela isibhaxu kwabahlulwa yiMaths

UNgcobo uzinikele emaphoyiseni ngemuva kokuvulelwa icala nguNjabulo Zuma, 26, esiteshini samaphoyisa aseTaylors Halt.

UZuma wathola isibhaxu wangeniswa esibhedlela ngemuva kokushaywa kabi yileli khansela namanye amadoda.

UZuma washaywa yileli khansela ngemuva kokuba oyedwa wabo abathuka.

Icala lihlehliselwe umhlaka-27 Julayi, kubika i-EyethuNews.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.