Liyabuyela enkantolo elabazali abasolwa ngokuhlukumeza izingane zabo

2017-03-22 07:18

Pretoria – Icala likalowo owaziwa ngele"Springs monster" kanye nonkosikazi wakhe, abasolwa ngokuhlukumeza izingane zabo ezinhlanu, kulindeleke ukuba liqhubeke eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesithathu.

La bazali babhekene namacala angu-42 okubalwa kuwo ukudlwengula, ukunukubeza izingane ngokocansi, ukudayisa kanye nokutholakala nezidakamizwa.

Amagama abo ngeke akhishwe ukuze kuvikeleke izingane zabo ezinhlanu, ezinye zazo ezingaphansi kweminyaka engu-18 ubudala.

OLUNYE UDABA: Liyaqhubeka elibhekene nabazali abasolwa ngokuhlukumeza izingane zabo

Amaphoyisa atheleka emzini ose-East Rand ngoMeyi 2014, ngemuva kokuthi indodana yalezi zithandani yakwazi ukweqa kubo yabalekela kamakhelwane iyocela usizo.

Ubaba zabe seziyamkhalela kanjalo.

NgoMsombuluko, iNetwerk24 ibike ukuthi umama wethule ubufakazi enkantolo wathi kwakwenzeka ukuthi uma enqaba ukulala nomyeni wakhe, amshaye.

Uphinde watshela inkantolo ukuthi le ndoda yayisebenzisa umshini kagesi ukushokha izingane zabo ezimbili ezindala.

Uthi kokunye wayeze azishise ngisho ukuzishisa imbala esebenzisa ithoshi elikhafula umlilo.

Ubaba wawaphika amacala angu-21 abhekene nawo okubalwa kuwona nelokudlwengula indodakazi yakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.