Liyalulama iphoyisa elalimala kubanjwa imoto yemali

2018-04-05 18:00

eMpumalanga - Kusaphenywa mayelana nokulimala kwaleli phoyisa emotweni ebisetshenziselwa ukugebenga imoto yemali.

Leli phoyisa elilimele belisebenzela esiteshini saseKomatipoort lilimale esigamekweni sokubanjwa kwemoto yemali ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa ngaphandle komuzi walo

Kuthiwa belihamba ngemoto yamaphoyisa engenayo imifanekiso yamaphoyisa ngesikhathi lidutshulwa onyaweni ngomhlaka 4 Ephreli.

"Okwamanje kusaphenywa ngokuthi lidubuleke kanjani leli phoyisa ebelihamba ngemoto yombuso endaweni yesigameko,"kusho okhulumela amaphoyisa uBrig Leonard Hlathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.