Liyaqhubeka elosolwa ngokubulala umndeni wakhe ngembazo

2017-08-07 11:02

Cape Town - Kulindeleke ukuba avele namuhla (ngoMsombuluko) eNkantolo eNkulu yaseKapa uHenri van Breda osolwa ngamacala amathathu okubulala.

UVan Breda usolwa ngokubulala abazali bakhe nomfowabo ngembazo.

Uphinde asolwa ngecala lokuzama ukubulala udadeabo, 16, nokuphambana nengalo yomthetho.

OLUNYE UDABA:Uyawaphika amacala osolwa ngokubulala umndeni wakhe ngembazo

La macala uwaphikile.

UVan Breda uthi umndeni wakhe wahlaselwa wumuntu eDe Zalze Golf Estate eStellenbosch ngoJanuwari 2015.

Kodwa ufakazi oyiphoyisa wethule ubufakazi esho ukuthi akukwazi ukuthi kungangena umunti emzini wakubo.

Udokotela utshele inkantolo ukuthi amanxeba kaHenri van Breda awokuzenza.

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.